Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesihlanu, Januwari 3, 2020

Zulu gospel worship song "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Okugqamile 3 (Zulu Subs)



Zulu gospel worship song "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Okugqamile 3: Izulu Nomhlaba Okusha Emva Kwenhlekelele (Zulu Subs)

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

ISonto, Novemba 10, 2019

Zulu gospel worship song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe



Zulu gospel worship song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe


Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

UMsombuluko, Okthoba 7, 2019

Zulu Gospel Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance



 Zulu Gospel Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Umbukiso omangazayo we-tap dance wokwamukela umbuso! Inkathi entsha egujwa yibo bonke isifikile ekugcineni! Umculo wekhwaya enkulu yamaKristu, “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni,” uyeza masinyane!

ULwesihlanu, Juni 14, 2019

South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)



South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” 

I
Kusuka ekuqaleni kuze kube namuhla,
yisintu kuphela esibe nendlela
yokukhuluma noNkulunkulu, sixoxe noNkulunkulu.
Phakathi kwazo zonke izidalwa, zonke izinto eziphilayo,
yisintu kuphela esimazwi aso angaletha
futhi akhulume noNkulunkulu, axoxe noNkulunkulu.

ULwesibili, Disemba 18, 2018

Zulu Gospel Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"



 Zulu Gospel Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"

Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.

ULwesine, Novemba 29, 2018

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)



Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)
I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.

UMsombuluko, Novemba 26, 2018

Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.
Isimo sikaNkulunkulu,
isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo
noma iNkosi yayo yonke indalo enayo.

ULwesine, Novemba 8, 2018

Zulu Gospel Song - "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)



Zulu Gospel Song "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.

UMgqibelo, Okthoba 27, 2018

Zulu gospel song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"



South African Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Umsebenzi kaNkulunkulu uqhubekela phambili;
Nakuba inhloso isele ingaguqukile,
indlela yomsebenzi Wakhe ilokhu iguquka,
futhi kuba njalo nakulabo abamlandelayo.

UMsombuluko, Okthoba 1, 2018

South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"



South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"

I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.
Asikho isikhathi uNkulunkulu asuke engabhekile ngaso, esendaweni Yakhe efihlakele, konke ukunyakaza kwabantu, konke abakushoyo nabakwenzayo.

ULwesihlanu, Septhemba 21, 2018

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"



South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"

I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.
Labo abafuna iqiniso—bathanda uNkulunkulu, bonke.

ULwesihlanu, Septhemba 14, 2018

South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.
Ngabe ikhona indawo engabhekani nokwahlulela Kwakhe?
Noma iphile esishayweni asehlisile?
Kuphi naphi lapho Eya khona Usakaza imbewu yencithakalo,
Kodwa ngakho unika insindiso futhi  ekhombisa uthando Lwakhe.
UNkulunkulu ufisa ukwenza abantu abaningi bamazi Yena, baMbone bese bemhlonipha kakhulu.
Abakaze baMbone sonke lesi khathi, kodwa manje Ungokoqobo impela.

UMsombuluko, Septhemba 3, 2018

South African Gospel Music "Ukunamathela KuNkulunkulu"



Best South African Gospel Music "Ukunamathela KuNkulunkulu"

I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.
Lelo phimbo elejwayelekile, lobo buso obuhle abuguqukile kusuka ekuqaleni.

ULwesibili, Meyi 15, 2018

2018 South African Best Gospel Music Video "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu"


Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo.

ISonto, Februwari 11, 2018

Loving God and Living For God "Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video




South African Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God


I
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.

Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!
Siqonda futhi sisingatha le mfihlakalo.

Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light


Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu

Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.

UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni.
Khulekela ukuthi Umoya oNgcwele akhanyise izwi likaNkulunkulu
ukuze sazi ngokugcwele intando kaNkulunkulu.

UMsombuluko, Januwari 29, 2018

Indaba kaXiaozhen - Ukonakala

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Ebhekene nezwe elikhohlakele, noqobo olunesihluku nosizi, uXiaozhen washiya ubuqotho bakhe walwela ukugqoka imaskhi. Kusukela ngaleso sikhathi, wabe eseduka …


ISonto, Januwari 28, 2018

Indaba kaXiaozhen - Impilo kwi-Ballroom

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

ISonto, Januwari 14, 2018

Zulu Best Christian Music | Indaba kaXiaozhen | Umdlalo Womculo



UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni. Waqala walahla unembeza wakhe omuhle nomoya wakhe omuhle wabhuquza odakeni lomhlaba omubi. …

ISonto, Disemba 31, 2017

Thank God for His Salvation "Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu" (zulu christian music)



Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu

I
Ngimi phambi kukaNkulunkulu futhi namhlanje.
Inhliziyo yami inokuningi engingakusho
uma ngibona ubuso Bakhe obuhle.
Ngishiye umlando wami wokuduka ngemuva.
Izwi Lakhe lingigcwalisa ngenjabulo
nokuthakasa okuvela emseni Wakhe.