Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukholo Nokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukholo Nokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesihlanu, Septhemba 14, 2018

49. Ubuso Beqiniso Bomuntu Obizwa Ngokuthi Ulungile

 mkristu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ukemu  Edolobheni laseZhumadian, Esifundazweni saseHenan
Engqondweni yami, bengilokhu ngizibona njengomuntu onobuntu. Ngike ngacabanga ngalokhu ngoba, omakhelwane bami babeke bangincome phambi kwabazali bami ngokuba umuntu okhaliphile futhi okhombisa ukunakekela umndeni; bathi ngiyintandokazi emehlweni abazali bami. 

ULwesihlanu, Juni 15, 2018

Imigomo Yempilo Ymai Yangishiya Ngilimele

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,mkristu,Impilo yeBandla

UChangkai eDolobheni laseBenxi, esiFundazweni saseLiaoning

Amazwi ajwayelekile athi “Bonke babeka imithwalo ehhashini elivumayo” amazwi engiwajwayele kakhulu. Mina nomyeni wami sasingabantu abangenabuqili: Uma kukhulunywa ngezinto ezibandakanya ukuhlomula noma ukulahlekelwa kwethu, sasingelona uhlobo lwabantu oluhilizisana luphinde ludidiziselisane nabanye. Lapho kufuneka sinyamezele sasinyamezela, lapho kudingeka sisize khona sasenza konke okusemandleni ukuba sisize.