Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ubufakazi Bensindiso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ubufakazi Bensindiso. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Septhemba 24, 2018

88. Ukuzalwa Kabusha

UYang Zheng    Esifundazweni
SaseHeilongjiang
Ngazalelwa emndenini ompofu wasemaphandleni owawusemuva ngokucabanga. Ngangizidla kusukela ebuncaneni bami futhi isifiso sami sesikhundla sasinamandla kakhulu. Ngokuhamba kwesikhathi, ngethonya lomphakathi kanye nemfundiso engokwesiko, ngafaka zonke izinhlobo zemithetho kaSathane yokuphila enhliziyweni yami. 

ISonto, Septhemba 23, 2018

87. Ukwahlulela Kungukukhanya

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu

UZhao Xia   Esifundazweni saseShandong
Igama lami nginguZhao Xia. Ngazalelwa emndenini ojwayelekile. Ngenxa yezisho ezifana nalezi “Umuntu uzenzela igama nomaphi lapho ehlala khona, njengoba nehansi likhala noma phi lapho lindizakhona,” kanye nesithi “Njengoba isihlahla siphilela isiqu saso, umuntu uphilela isithunzi sakhe,” ngalokhu ukuzenzela igama kwaba iyonanto ebalulekile kimi. 

UMgqibelo, Septhemba 22, 2018

84. Inguquko Yomuntu Owileyo

 mkristu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UTong Xin    Esifundazweni saseFujian
Ngazalelwa ezindaweni ezingaphandle kwasemadolobheni. Ngazalelwa emndenini wabalimi abazithobile futhi phezu kwalokho umndeni wethu wawumbalwa ngokwesibalo, ngakho sasiqinelwa esikhathini esiningi. Ngenkathi ngineminyaka eyi-13, kukhona ingane eyashaywa umuntu othile wangaphandle kwesigodi sethu. 

ULwesine, Juni 21, 2018

Akulula Ukuba Umuntu Othembekile

 mkristu

UZixin wasedolobheni laseWuhan, esiFundazweni saseHubei

 Ngokudla nokuphuza amazwi kaNkulunkulu nokulalela intshumayelo, ngafinyelela ekukuqondeni ukubaluleka kokuba umuntu othembekile ngase ngiqala ukuphila ngokuthembeka. Emva kwesikhathi esithile, ngathola ukuthi sengizuze ukungena ekubeni ngumuntu othembekile. Isibonelo: Ngenkathi ngikhuleka noma ngixoxa nomuntu othile, bengiye ngikwazi ukukhuluma iqiniso elisuka enhliziyweni; bengiye futhi ngithathe ukugcwalisa izibopho zami njengokubaluleke kakhulu, futhi uma ngidalule inkohlakalo bengiye ngikwazi ukuvuleka nakwabanye abantu.

ULwesithathu, Juni 20, 2018

Noma Yini uNkulunkulu Ayishoyo Yisahlulelo Somuntu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu

UXunqiu edolobheni laseNanyang, esiFundazweni saseHenan 

 Ngangicabanga ukuthi uNkulunkulu wayehlulela futhi esola umuntu kuphela lapho esambule inkohlakalo yomuntu engaphakathi noma eveze amazwi anzima ahlulele isiphetho somuntu. Kwaba kamuva lapho isehlakalo esithile sangiholela ekuboneni ukuthi ngisho amazwi amnene kaNkulunkulu ayeyisahlulelo nokusola Kwakhe. Ngabona ukuthi izwi nezwi elishiwo nguNkulunkulu laliyisahlulelo kumuntu.

ULwesibili, Juni 12, 2018

Ukubona Ngokucacile Ubunjalo Bami

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UXiaoxiao Edolobheni laseXuzhou, Esifundazweni iJiangsu 

 Ngenxa yezidingo zomsebenzi webandla, ngasuswa ngayiswa kwenye indawo ukuphelelisa umsebenzi wami. Ngaleso sikhathi, umsebenzi wevangeli kuleyo ndawo wawusezingeni eliphansi, nesimo sabafowethu nodadewethu sasingalungile neze. Kodwa ngenxa yokuthi ngathintwa uMoya oNgcwele, ngathatha yonke into engathwesa yona ngokuzethemba okukhulu.