Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Septhemba 23, 2019

Isahluko 64

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu

Akufanele uqonde amazwi Ami ngendlela engenangqondo; kufanele uqonde amazwi Ami ngazo zonke izingxenye futhi kufanele uzame ukuwaqonda ngokwengeziwe futhi uzindle ngawo ngokuphindaphindiwe, hhayi ngosuku noma ngobusuku nje. Awazi lapho kukhona intando Yami noma ukuthi ngilikhokha kuyiphi ingxenye inani Lami elinesineke; ungakukhombisa kanjani ukucabangela kwakho intando Yami?

ULwesithathu, Septhemba 11, 2019

Isahluko 65

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu

Amazwi Ami ahlala eshaya emhlolweni, okungukuthi akhomba ubuthakathaka benu obubulalayo, kungenjalo beniyobe nisaphila ngokungenanjongo, ningenamqondo wokuthi yisikhathi sini manje. Yazini lokhu! Ngisebenzisa indlela yothando ukunisindisa. Kungakhathaleki ukuthi ninjani, nakanjani ngizophetha izinto engizivumele ngaphandle kokwenza nelincane iphutha.

UMsombuluko, Agasti 26, 2019

UJobe Ubusisa Igama LikaNkulunkulu Futhi Akacabangi Ngezibusiso Noma Inhlekelele

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Kuneqiniso okungakhulunywa ngalo emiBhalweni ngendaba kaJobe, esizogxila kulo namuhla. Nakuba uJobe ayengazange ambone uNkulunkulu noma amuzwe ngezindlebe zakhe, uNkulunkulu wayenendawo enhliziyweni kaJobe. Wawuyini umbono kaJobe ngoNkulunkulu? Wawunjengoba kwashiwo, “malibongwe igama leNKOSI.”

UMgqibelo, Agasti 24, 2019

Ukholo LukaJobe KuNkulunkulu Aluzanyazanyiswanga Ukuthi UNkulunkulu Wayefihlekile Kuye

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

UJobe Akwazi NgoNkulunkulu Yilokho Ayekuzwe Ngendlebe

(UJobe 9:11) “Bheka, uyangidlula, futhi ngingamboni: angigudle futhi, kodwa ngingezwa.”

(UJobe 23:8-9) “Bheka, ngiyaphambili, kepha akekho; nasemuva, kodwa angimboni: Ngakwesokunxele, lapho esebenza khona, kepha angimboni: uzifihla ngakwesokudla, ukuze ngingamboni.”

ULwesine, Agasti 22, 2019

Isahluko 66

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Umsebenzi Wami uqhubekele esigabeni samanje futhi wonke ulandele amalungiselelo ahlakaniphile esandla Sami, kanye nangempumelelo enkulu Yami. Ngubani phakathi kwabantu ongenza into enjalo? Futhi ngabe abaphazamisi ukuphatha Kwami? Kodwa kufanele wazi ukuthi akukho ndlela yokuthi noma ngubani angenza umsebenzi Wami esikhundleni Sami, ingaphathwa eyokuwuvimba, njengoba kungekho muntu ongasho noma enze izinto engizenzayo nengizishoyo.

ULwesine, Agasti 8, 2019

Isahluko 67

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Amadodana Ami abonakala ngokusobala, futhi abonakala phambi kwabo bonke abantu. Ngizobasola kanzima bonke labo abalokotha bawedelele ngokusobala; lokho kuqinisekile. Namuhla, bonke labo abakwazi ukusukuma futhi beluse ibandla manje bathole isikhundla samadodana angamazibulo futhi manje bandawonye Nami enkazimulweni—konke okungokwami futhi kungokwenu.

ULwesithathu, Julayi 31, 2019

Isahluko 68

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Onke amazwe, zonke izindawo, nawo wonke amahlelo abuyela Kimi futhi athutheleka esihlalweni Sami sobukhosi. Izinhlekelele ezenzeka yonke indawo akuzona izimpi eziphakathi kwabantu, noma izimpi ngezikhali. Ngemuva kwalokhu ngeke kusaba khona zimpi. Konke kusezandleni Zami. Konke kuyobhekana nokwahlulela Kwami futhi kuyohlala phakathi kwenhlekelele.

ISonto, Julayi 21, 2019

Isahluko 69

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Lapho intando Yami iya phambili, noma ngubani olokotha amelane nayo futhi noma ngubani olokotha ahlulele noma angabaze, ngiyomxosha ngokushesha. Namuhla, noma ngubani ongenzi ngokwentando Yami, noma lowo obona intando Yami ngokungeyikho, kufanele alahlwe futhi asuswe embusweni Wami.

UMgqibelo, Julayi 13, 2019

Isahluko 70

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 70


Ukuthi imfihlakalo Yami yambuliwe futhi yavezwa obala, ayisafihliwe, kungenxa yomusa Wami nesihawu Sami ngokuphelele. Ukuthi izwi Lami liyabonakala phakathi kwabantu, alisafihlekile, nangokwengeziwe kungenxa yomusa nesihawu Sami. Ngibathanda bonke labo abazikhandla ngobuqotho ngenxa Yami futhi bazinikele Kimi.

ULwesihlanu, Julayi 5, 2019

Isahluko 71

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,

Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 71 


Ngikubonakalise konke Okwami kinina, kodwa kungani ningazindli ngamazwi Ami ngayo yonke inhliziyo nangomphefumulo wenu? Kungani nithatha amazwi Ami njengodoti? Ngabe engikushoyo akulungile? Ngabe amazwi Ami akushaye endaweni ebucayi? Nilokhu nilibala, nilokhu ningabaza, kungani nenza ngale ndlela? Ngabe angikhulumanga ngokucacile?

UMsombuluko, Juni 17, 2019

Isahluko 72

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Amazwi KaNkulunkulu | Isahluko 72


Kufanele wethembele Kimi ukuthi ngisuse noma yikuphi ukusilela noma ubuthakathaka ngokushesha lapho ukuthola. Ungalibali; kungenjalo umsebenzi woMoya oNgcwele uyoba kude kakhulu nawe, futhi uyosilela emuva kakhulu. Umsebenzi engiwubeke kuwe ungafezwa kuphela ngokusondela, ukuthandaza, nokuhlanganyela njalo kwakho ebukhoneni Bami.

ULwesithathu, Juni 12, 2019

Isahluko 73

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Amazwi Ami agcwaliseka ngokushesha lapho ekhulunywa; awaguquki neze futhi alunge ngokuphelele. Khumbula lokhu! Lonke izwi nomshwana ophuma emlonyeni Wami kufanele kucatshangwe ngokucophelela. Cophelela ngokwengeziwe, kungenjalo ungase wehlelwe ukulahlekelwa futhi uthole kuphela ukwahlulela Kwami, ulaka Lwami, ukushisa Kwami.

ULwesine, Juni 6, 2019

Isahluko 74

Babusisiwe labo abafunde izwi Lami base bekholwa ukuthi lizofezeka—ngeke ngikuphathe kabi, kodwa ngiyokwenza lokho okholwa ukuthi kugcwaliseke kuwe. Lesi yisibusiso Sami esiza kuwe. Izwi Lami lishaya izimfihlo ezifihlwe kuwo wonke umuntu. Wonke umuntu unamanxeba abulalayo, futhi ngingudokotela omuhle obelaphayo—woza nje ebukhoneni Bami.

ULwesihlanu, Meyi 31, 2019

Isahluko 75

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Konke kuzogcwaliseka ngokushesha lapho amazwi Ami ekhulunywa, ngaphandle kokuphambuka nokuncane. Kusuka manje kuya phambili, zonke izimfihlakalo ezifihliwe ngeke zisafihlakala noma zicashiswe nhlobo, futhi ziyokwambulwa kinina—madodana Ami athandekayo.

ULwesibili, Meyi 28, 2019

Nakuba Ulaka LukaNkulunkulu Lucashile Futhi Lungaziwa Umuntu, Alukumeli Ukoniwa

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,UNkulunkulu USomandla

Impatho kaNkulunkulu yesintu esinobuwula nokungabi nalwazi sisonke, isekelwe isihe nokubekezelela. Ulaka Lwakhe, ngakolunye uhlangothi, lufihlekile esikhathini nasezintweni eziningi; alwaziwa umuntu. Ngenxa yalokho, kunzima kumuntu ukubona uNkulunkulu ekhombisa ulaka Lwakhe, futhi kunzima ukuqonda ulaka Lwakhe.

UMsombuluko, Meyi 27, 2019

Isahluko 76

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Amazwi Ami onke angukuvezwa kwentando Yami. Ngubani ongacabangela umthwalo Wami? Ngubani ongaqonda inhloso Yami? Ngabe niyicabangile ngamunye imibuzo engiyibuze Kini? Yeka ukungacopheleli okungaka! Nilokotha kanjani niphazamise izinhlelo Zami?

UMgqibelo, Meyi 25, 2019

Isahluko 77

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Ukungaqiniseki ngamazwi Ami kuyafana nokuba nesimo sengqondo sokuphika izenzo Zami. Lokho kusho ukuthi, amazwi Ami aphume esuka ngaphakathi eNdodaneni Yami, nokho anibeki kubaluleka Kuwo. Nizithokozisa ngeze kakhulu! Maningi amazwi aphume esuka ngaphakathi eNdodaneni Yami, kodwa niyawangabaza, aniqinisekile ngawo.

ULwesihlanu, Meyi 24, 2019

ISodoma Iyaqothulwa Ngokuvusa Intukuthelo KaJehova

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,uKristu

Uma abantu baseSodoma bebona lezi zinceku ezimbili, abazange babuze isizathu sokufika kwazo, futhi akekho nowabuza ukuthi ingabe babefike ukuzosabalalisa intando kaNkulunkulu na? Kunalokho, benza iviyo, futhi, ngaphandle kokulinda incazelo, bafika ukuzobamba lezi zinceku njengezinja zasendle noma izimpisi ezinonya. Ingabe wazibuka uNkulunkulu lezi zinto ngesikhathi zenzeka?

ULwesine, Meyi 23, 2019

Isahluko 78

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga

Ngishilo ngaphambili ukuthi umsebenzi wenziwa Yimi, hhayi umuntu. Kimi, konke kukhululekile futhi kuyajabulisa, kodwa kini izinto zehluke kakhulu futhi noma yini eniyenzayo ilukhuni ngokwedlulele. Noma yini engiyivumayo ngokuqinisekile iyofezwa Yimi, lapho noma ngubani engimvumayo eyopheleliswa Yimi.

ULwesibili, Meyi 21, 2019

Isahluko 79

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga

Niyizimpumputhe! Anazi lutho! Ingqumbi kadoti ongenamsebenzi! Nehlukanisa ubuntu obejwayelekile ebunkulunkulwini Bami obuphelele! Ngabe anicabangi ukuthi lokhu kuyisono Kimi? Futhi okungaphezulu kwalokhu kuyinto okulukhuni ukuyithethelela! UNkulunkulu ongokoqobo ufika phakathi kwenu namuhla kodwa nina nazi kuphela uhlangothi Lwami olulodwa okuwubuntu Bami obejwayelekile, futhi anilubonile neze uhlangothi Lwami olunobunkulunkulu ngokuphelele.