Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Okugiya Nokucula. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Okugiya Nokucula. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesithathu, Mashi 27, 2019

Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"



Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"


I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe. UNkulunkulu uyabazisa abantu abanjalo, futhi uyazazisa izenzo zabo,
nezinhliziyo kanye nokumthanda kwabo.
Yilesi isimo sengqondo sikaNkulunkulu.

ISonto, Mashi 3, 2019

South African Worship Song "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade"



South African Christian Music "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade"

I
Amazwi kaNkulunkulu ayiqiniso, elingaguquki phakade.
UNkulunkulu ungumnikezi wokuphila, futhi nguye kuphela umqondisi womuntu.
Ukubaluleka nomqondo wamazwi Akhe kunqunywa yingqikithi yawo,
hhayi uma umuntu ewemukela noma ewabona.

ULwesihlanu, Januwari 25, 2019

Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"



South African Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"

I
Umsebenzi kaNkulunkulu esenyameni awumangalisi, futhi awumboziwe yimfihlakalo.
Ungokoqobo futhi uyiqiniso, njengokuthi okukodwa nokukodwa kuba okubili;
awucashile futhi akunabuqili.

ULwesithathu, Disemba 26, 2018

Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"
I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uphetha iNkathi Yomusa futhi ukhuluma amazwi aphelelisa nakhanyisayo,
amazwi asusa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.
UJesu wenza umsebenzi owawehlukile.

ULwesine, Novemba 29, 2018

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)



Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)
I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.

UMsombuluko, Novemba 26, 2018

Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.
Isimo sikaNkulunkulu,
isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo
noma iNkosi yayo yonke indalo enayo.

ULwesibili, Okthoba 30, 2018

South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe"
I 
UNkulunkulu wadala isintu;
noma umuntu ekhohlakalisiwe
noma elandela Yena,
uNkulunkulu uphatha isintu njengalabo abazisayo,
noma njengoba umuntu engasho, njengesihlobo Sakhe esithandeka kakhulu.
Isintu asiyona into yokudlala Kuye.

UMsombuluko, Okthoba 29, 2018

Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" hubo Lamazwi KaNkulunkulu
I
UNkulunkulu ukunika ukuphila; yisipho osithola Kuye.
Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza Ngaye.
UNkulunkulu ukunika inkazimulo Yakhe, impilo Yakhe ama-Israyeli angabanga nayo.
Ngakho futhi kufanele unikele impilo nobusha bakho Kuye.
Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe. 

ULwesithathu, Okthoba 3, 2018

South Afrcan Gospel song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


South Afrcan Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.

UMsombuluko, Okthoba 1, 2018

South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"



South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"

I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.
Asikho isikhathi uNkulunkulu asuke engabhekile ngaso, esendaweni Yakhe efihlakele, konke ukunyakaza kwabantu, konke abakushoyo nabakwenzayo.

ULwesihlanu, Septhemba 21, 2018

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"



South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"

I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.
Labo abafuna iqiniso—bathanda uNkulunkulu, bonke.

ULwesibili, Mashi 20, 2018

The New Jerusalem Has Come Down From Heaven "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" 2018 Christian Dance


Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu
I
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza.

ULwesithathu, Septhemba 6, 2017

UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga 



UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga


I
UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli 
wabe eseyisusa lapho,
waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bonke abantu eMpumalanga.
UNkulunkulu ubaholele bonke ekukhanyeni
ukuze bazophinda babumbane babe nenhlanganyelo nokukhanya
singabe sisaba khona isidingo sokufuna, sokufuna ukukhanya.

UMsombuluko, Julayi 31, 2017

Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu


South African Best gospel Dance "Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu" 
I
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe,
ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni; usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisanyathelwe ngaphansi kwezinyawo zikadeveli,
ngibanjwe esonweni nasezinjabulweni zaso, nginganaki ukuthi ukuphila kwami kuyoba njani.

Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani


Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani"

I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.
Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.
Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.

ULwesithathu, Julayi 19, 2017

Ingoma Yothando Olumnandi





Ingoma Yothando Olumnandi

I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.
Uthando lwaKho luqondisa inhliziyo yami; ngilandela izinyathelo zaKho zothando.
Ngiya ngapha nangapha ngokwamehlo aKho; ukubonakaliswa kothando kwenza inhliziyo yami ijabule.

Ingoma Yothando Olumnandi


Ingoma Yothando Olumnandi
I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.