Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

ULwesithathu, Disemba 26, 2018

Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"
I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uphetha iNkathi Yomusa futhi ukhuluma amazwi aphelelisa nakhanyisayo,
amazwi asusa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.
UJesu wenza umsebenzi owawehlukile.
Wenza izimangaliso futhi welapha abagulayo,
washumayela ivangeli lombuso wezulu,
futhi wabethelwa ukuze ahlenge bonke abantu.
Ngakho umuntu uba nomqondo wokuthi uNkulunkulu uyohlala enjena.
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina ugcwalisa futhi ambule konke ngamazwi.
Emazwini Akhe ubona lokho Ayikho;
emazwini Akhe ubona ukuthi unguNkulunkulu.
II
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
ususa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.
Ngamazwi nezenzo Zakhe,
umsebenzi Wakhe ongowempela futhi ojwayelekile phakathi kwabantu bonke,
umuntu wazi ubunjalo bukaNkulunkulu,
bengakholwa kuNkulunkulu ongacacile.
Ngamazwi kaNkulunkulu osenyameni,
uphelelisa umuntu futhi ugcwalisa zonke izinto.
Lona ngumsebenzi uNkulunkulu azowufeza ekugcineni kwezinsuku.
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina ugcwalisa futhi ambule konke ngamazwi.
Emazwini Akhe ubona lokho Ayikho;
emazwini Akhe ubona ukuthi unguNkulunkulu.
III
UNkulunkulu osenyameni ukhuluma kuphela amazwi,
njengoba lokhu kungumsebenzi Wakhe emhlabeni.
Ungakwazi ukubona konke ayikho ngamazwi Akhe, anamandla, athobile, aphakeme.
UNkulunkulu osenyameni ukhuluma kuphela amazwi,
njengoba lokhu kungumsebenzi Wakhe emhlabeni.
Ungakwazi ukubona konke ayikho ngamazwi Akhe, anamandla, athobile, aphakeme.
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina ugcwalisa futhi ambule konke ngamazwi.
Emazwini Akhe ubona lokho ayikho;
emazwini Akhe ubona ukuthi ungu…
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina ugcwalisa futhi ambule konke ngamazwi.
Emazwini Akhe ubona lokho ayikho;
emazwini Akhe ubona ukuthi unguNkulunkulu.
kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana