Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukwahlulelwa Ngaphambi Kwesihlalo SikaKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukwahlulelwa Ngaphambi Kwesihlalo SikaKristu. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesine, Januwari 17, 2019

68. Kubaluleke Kakhulu Ukulalela Umsebenzi KaMoya ONgcwele!

Umthandazo,UMoya oNgcwele

 UXiaowei Edolobheni laseShanghai 

Esikhathi esithile esadlula, yize noma njalo ngangithola intshisekelo kanye nomhlomulo lapho udade engangisebenza naye abelana nami ukukhanyiseleka akutholile ngenkathi edla futhi ephuza izwi likaNkulunkulu, ngangiphinde futhi njalo ngibe nomuzwa wokuthi uyabukisa.

ULwesithathu, Januwari 16, 2019

72. Ngafunda Ukusebenza Nabanye

 mkristu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

ULiu Heng  Esifundazweni SaseJiangxi

Ngomusa nangokuphakanyiswa uNkulunkulu, ngathatha umthwalo wokuba ngumholi webandla. Ngaleso sikhathi, nganginomdlandla omkhulu futhi ngenza isinqumo phambi kukaNkulunkulu: Noma ngihlangabezana nani, ngeke ngishiye imithwalo yami.

UMgqibelo, Disemba 29, 2018

67. Isipho Esihle Kakhulu UNkulunkulu Angiphe Sona

Iqiniso,Amazwi KaNkulunkulu USomandla

UYixin    Edolobheni LaseShijiazhuang,  Esifundazweni SaseHebei

Ngaphambili, ngangivame ukuzwa abafowethu nodadewethu bethi, “Konke uNkulunkulu akwenzayo okuhle kakhulu; yikho konke abantu abakudingayo.”

ULwesihlanu, Disemba 28, 2018

66. Ubambiswano Lweqiniso

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga

UFang Li    edolobheni lase-Anyang, esiFundazweni saseHenan

Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini, kwesinye isikhathi ngangiye ngimcele ukuba angitshele izinto engangisasilele kuzona, futhi sasingakaze sixabane, ngakho ngangicabanga ukuthi sasifinyelele ebudlelwaneni obunokuzwana.

UMsombuluko, Disemba 24, 2018

64. Lokhu Ukwenza Iqiniso

 mkristu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UFan Xing    Edolobheni LaseZhumadian, Esifundazweni SaseHenan

Esikhathini esedlule, ngahlanganiswa nodade othile ukuze ngiyosebenza emisebenzini ethile. Ngenxa yokuba nokuzithwala nokuzazisa futhi angizange ngifune iqiniso, ngaba nemibono ethile enganginayo ngalo dade engayigcina njalo enhliziyweni yami futhi engingazange ngikhulume ngayo naye ngokukhululeka.

ISonto, Disemba 23, 2018

62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu

UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi

Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna. Abanye babona sengathi kuyinselele engaphezu kwamandla ukukholwa kuNkulunkulu futhi bangamqondi kahle uNkulunkulu.

ULwesine, Disemba 20, 2018

58. Umona, Isifo SikaMoya Esingalapheki

 mkristu

UHe Jiejing     IDolobha IHezou, Isifundazwe IGuangxi

Udade kanye nami sasibhangqiwe ukuze sibuyekeze izihloko ndawonye. Njengoba sasihlangene, mina ngabona ukuthi kwakungenandaba noma ngabe kwakuwukucula, kuwukudansa, ukwamukela izwi likaNkulunkulu, noma ukuxhumanisa iqiniso, yena wayengcono kunami kunoma yisiphi isici.

ULwesithathu, Disemba 19, 2018

57. Ukubona Uthando Olukhulu LukaNkulunkulu

uNkulunkulu

UJiayi    Edolobheni LaseFuyang, Esifundazweni Sase-Anhui

Imvelo yami inokuzithwala kakhulu; kungakhathaleki ukuthi ngenzani, njalo ngisebenzisa ukuhlakanipha nendlela engizisungulele yona ukuze ngibonise ubuhlakani bami futhi ngaleyo ndlela ngiphambana njalo namalungiselelo omsebenzi ukuze ngenze izinto ngendlela yami.

UMgqibelo, Disemba 15, 2018

70. Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui

Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo.

ULwesihlanu, Disemba 14, 2018

71. Susa Ukuzenzisa, Bese Uqala Impilo Kabusha

UChen Dan    Esifundazweni  SaseHunan

Ekupheleni konyaka odlule, ngenxa yokuthi ngangingakwazi ukuphakamisa umsebenzi wevangeli endaweni yami, umndeni kaNkulunkulu waletha omunye umfowethu osuka kwenye indawo ukuzothatha umsebenzi wami.

ULwesibili, Disemba 11, 2018

73. Kungani Ngihambe Endleleni YabaFarisi?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

USuxing        Esifundazweni SaseShanxi
Ngingumuntu ozikhukhumezayo futhi oziqhenyayo, futhi isikhundla selokhu kwayinto engenza buthakathaka. Eminyakeni eminingi, bengiboshwe yidumela kanye nesikhundla futhi ngingakwazi ukuzikhulula kukhona. 

ULwesine, Disemba 6, 2018

75. Ekugcineni Sengithokozela Impilo Kancane Njengomuntu

UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan 
Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu athi: “Isintu esinonya nesihluku! Ubuqili nokusongelana, ukududulana, ukugijimela udumo nokuceba, ukubulalana—kuzophela nini? 

ULwesithathu, Disemba 5, 2018

76. Ngingasiza Abanye Ngempela Ngokungena Ngokwami Eqinisweni Kuphela

UDu Fan    Esifundazweni SaseJiangsu
Muva nje, ibandla lalibambe ukhetho lokuqoka umholi omusha, kodwa umholi owengamele waphambana nezimiso zebandla, esebenzisa indlela yakhe yokwenza ukhetho. Lapho abanye abafowethu nodadewethu beveza imibono yabo, akazange nje kuphela angakwamukeli, kodwa waphikelela ngokubambelela endleleni yakhe. 

ISonto, Disemba 2, 2018

77. Ngajabulela Idili Elicebile

UXinwei  Esifundazweni SaseZhejiang
UJune 25 no-26 waba yizinsuku ezingalibaleki. Isifunda sethu saseZhejiang savelelwa isehlakalo esikhulu, lapho abaholi nezisebenzi zesifunda eziningi zabanjwa udrako omkhulu obomvu. 

ULwesine, Novemba 29, 2018

53. Yini Ngempela Ukwamukela Iqiniso?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu

UXiaohe    eDolobheni lasePuyang, esiFundazweni saseHenan
Esikhathini esidlulile, njalo uma ngifunda amazwi ambulwe nguNkulunkulu mayelana nokuthi abantu abemukeli kanjani iqiniso, ngangingakholwa ukuthi lawo mazwi abhekiswe nakimina. 

ISonto, Novemba 18, 2018

86. Ngisanda Kuqala Nje Ukuhamba Endleleni Efanele Yokuphila

UShi Han Esifundazweni SaseHebei
Ngazalelwa emndenini ompofu wabalimi. Ngangihlakaniphile kusukela ngisemncane, kangangokuthi ngangingalwi nezinye izingane futhi ngangilalela abazali bami, okwangenza “intombazane elungile” evamile emehlweni abantu abadala. 

ULwesihlanu, Novemba 16, 2018

89. Ukwethembisa Ukuphila Kwami Ekuzinikeleni

Umthandazo

UZhou Xuan    Esifundazweni SaseShandong 
Ngo-Aphreli 3, 2003, ngahamba nodadewethu ngayovakashela ikholwa elisha. Leli kholwa elisha lalingakazinzi eqinisweni futhi lagcina ngokusimpimpa. 

ULwesine, Novemba 15, 2018

54. Izimfihlo Ezifihlwe Ekuphishekeleni

ULi Li Edolobheni laseDezhou, esiFundazweni saseShandong

Esikhathini esingeside esedlule, ngakhethwa abafowethu nodadewethu njengomholi osezingeni eliphakathi nendawo. Ngolunye usuku, ngenkathi sihlangene nalabo engisebenzisana nabo angiyekanga ukucabanga: Kumele ngenze kahle.

ULwesibili, Novemba 13, 2018

44. Ngizimisele Ukwamukela Ukuhlolwa Yibo Bonke

IBandla LikaNkulunkulu USomandla, mkristu

UXian shang eJinzhong City, eShanxi Province 
Esikhathini esincane esedlule, zikhathi zonke uma ngizwa ukuthi abashumayeli besifunda beza ebandleni lethu, ngangiye ngizizwe ngingakhululekile kahle.

UMgqibelo, Novemba 10, 2018

Ukuzwa Uthando LukaNkulunkulu Esimweni Esibi

UChen Lu    Ezweni laseTonglu, Esifundazweni SaseZhejiang
Ngazalwa ngawo-1980 edolobhaneni—sasiwumndeni wabalimi izizukulwane ezinngi. Ngazinikela ezifundweni zami ukuze ngikwazi ukuya ekolishi futhi ngibalekele impilo yasemakhaya yobumpofu kanye nokuba semuva.