Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Abahlabeleli beVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Abahlabeleli beVangeli. Bonisa konke okuthunyelwe

UMgqibelo, Novemba 30, 2019

South African Christian Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)



South African Christian Music "Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni" Worship Song (Zulu Subs)


Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

UMsombuluko, Okthoba 7, 2019

Zulu Gospel Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance



 Zulu Gospel Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Umbukiso omangazayo we-tap dance wokwamukela umbuso! Inkathi entsha egujwa yibo bonke isifikile ekugcineni! Umculo wekhwaya enkulu yamaKristu, “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni,” uyeza masinyane!

ULwesibili, Februwari 19, 2019

Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu



Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"

Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo? Buka isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu ukuze uthole okwengeziwe ngeqhaza elibalulekile uMbuso wamaNgisi owalibamba ekuthuthukeni kwesintu.

ISonto, Januwari 6, 2019

Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo



Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"

Esisekelweni sokubambelela emigomweni yayo yokusungulwa yenkululeko, intando yeningi, nokulingana …

UMsombuluko, Disemba 24, 2018

2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)



South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)

Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco…. Uyafisa ukuthola ukuthi ngubani owadala imihlaba esemkhathini wezulu nomhlaba, futhi ngubani oyalela indlela yayo? Isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esimangalisayo esithi UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba sizokukhombisa amandla amakhulu oMdali.

ISonto, Disemba 16, 2018

UMgqibelo, Disemba 15, 2018

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo



Gospel Movie Clip - "Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo"

Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele. 

ULwesithathu, Disemba 12, 2018

Best Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)



South African Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)

Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhuflu kwabakhethiweyo.

UMsombuluko, Disemba 10, 2018

Gospel Movie Clip - "Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli"



Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli

Emuva kwamakhulu eminyaka yokubanjwa ngumthetho, ama-Israyeli ekugcineni abhekana nengozi yokulahlwa nokubulawa ngumthetho ngenxa yeziphambeko zawo.

ISonto, Disemba 9, 2018

Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"



Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"


NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi….

UMgqibelo, Disemba 8, 2018

Best Gospel Music "Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili" (Zulu Subtitles)



Best Gospel Music "Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili" (Zulu Subtitles)

Lapho okhokho besintu, u-Adamu no-Eva, bekhohlakaliswa nguSathane, uNkulunkulu waqala ukuphatha Kwakhe insindiso yesintu.

ULwesihlanu, Disemba 7, 2018

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma



Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma"
UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa

ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu.

ULwesibili, Disemba 4, 2018

Best Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto"



South African Gospel Music " UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto" (Zulu Subs) 

Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila

ULwesihlanu, Novemba 30, 2018

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu



"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu

Emuva kokuvuka kweNkosi uJesu, amaJuda adingiswa kuwo wonke umhlaba, nokwenza ukuthi ivangeli lombuso wezulu lisabalale kuwo wonke amagumbi omhlaba. 

UMgqibelo, Novemba 24, 2018

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho



Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"

Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu.

ULwesihlanu, Novemba 23, 2018

UMgqibelo, Novemba 3, 2018

Gospel Music "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni" (Zulu Subs)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


South African Gospel Song "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni" (Zulu Subs)

Isintu besilokhu sifuna lezi zimpendulo iminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa: kwenzeka kanjani ukuthi imihlaba esemkhathini iqhubeke ngokuhleleka okuphelele kangaka?

ULwesihlanu, Novemba 2, 2018

Gospel Video "Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu,Unyazi Lwasempumalanga



Gospel Video "Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu"

Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu adala ngayo umhlaba? Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu ahole ngayo isintu isinyathelo ngesinyathelo kwaze kwaba namuhla? Lesi siqephu esimangalisayo esivela kubhayisikobho yobuKristu ethi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, siloba ngomsebenzi kaNkulunkulu wokudala umhlaba, nokuhola nokuhlenga isintu. Sizokwambulela lezi zimpendulo.

ULwesithathu, Okthoba 31, 2018

Gospel Video "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke"



Gospel Video "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke"

UMbuso wamaRoma wasendulo noMbuso wamaNgisi yachuma futhi yaba namandla ngokushesha yase futhi iphenduka iya ekuweni nasencithakalweni.

UMgqibelo, Septhemba 22, 2018

South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" The Church's Documentary 2018



South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary

Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….