Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Iziqephu ze-MV Zombuso. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesithathu, Septhemba 26, 2018

South African Gospel Music 2018 "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"




Best South African Gospel Music 2018 "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"

I
Ngenxa yenzuzo ngalahla zonke izindinganiso zokuziphatha,
futhi ngesibindi ngasebenzisa inkohliso ukuziphilisa.
Angibanga nandaba nonembeza noma isimilo, lutho ngobuqotho noma isithunzi.
Ngaphilela kuphela ukwanelisa inkanuko nobugovu bami obukhula njalo.
Ngenhliziyo engakhululekile, ngadavuza odakeni lwesono,
kungekho ndlela yokuphunyuka lo mnyama ongenamkhawulo.

UMsombuluko, Juni 18, 2018

South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

 I Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu, ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.

ISonto, Juni 17, 2018

SA Best Gospel Music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


South African Best gospel music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"

I
Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha,
banjengezingelosi eziza emhlabeni.
Kungenamanga, kungenankohliso noma ukukhohlisa, ngenhliziyo evulekile, ethembekile baphila ngokunesithunzi.

ISonto, Juni 10, 2018

South African Gospel Song "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"


South African Gospel Song "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"

uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku. Ingqikithi nesimo Sakhe kuvezwa engxoxweni Yakhe nomuntu; imicabango nemiqondo Yakhe ivezwa ngokuphelele ezenzweni Zakhe; uphelekezela futhi abuke isintu ngazo zonke izikhathi. Ukhuluma ngokuthula nesintu nayo yonke indalo ngamazwi Akhe athulile: Ngisemazulwini, futhi ngiphakathi kwendalo Yami. Ngiqaphile; ngilindile; ngisohlangothini lwakho…. 

ISonto, Juni 3, 2018

South African Gospel Song - Ihubo Lombuso "(II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi"


South African Gospel Song - Ihubo Lombuso "(II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi"
I Kulo mzuzu ongajwayelekile, kulesi sikhathi esijabulisayo, ezulwini phezulu, naphansi, bonke bayahlabelela, becula izindumiso. Kulokhu, ubani ongajabule? Kulokhu, ngubani ongenanhliziyo ethokozile? Bebhekene nalokhu, ngubani ongaphunyelwa unyembezi? Izulu, lingaselona izulu lakudala, yizulu lombuso. Umhlaba, kungasewona umhlaba wakuqala, ngumhlaba wokucweba. Emva kwemvula enkulu, umhlaba omdala omubi usuguquke ngokugcwele.

ULwesihlanu, Juni 1, 2018

South African Gospel Music 2018 "O Sithandwa Sami, Ngilinde" Longing for God

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

South African Gospel Music 2018 "O Sithandwa Sami, Ngilinde" Longing for God
I
Inyanga yenyuka kancane phezu kwezicongo zemithi,
ukukhanya kwayo kuhle, njengesithandwa sami.
Sithandwa sami, ukuphi Wena?
Usungizwile ngikhala?

UMgqibelo, Meyi 26, 2018

South African Best gospel music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"



South African Best gospel music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"

I
Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.
Iqiniso lelo!
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Singaba kanjani nokungabaza?

UMsombuluko, Meyi 21, 2018

2018 South African best Gospel Music Video "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

2018 South African best Gospel  Music Video "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo"

Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu.
Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe.
Izilingo ziyafika, bhekana nazo; yazi intando kaNkulunkulu futhi uzoba namandla.
Mtshele ukuthi yiziphi izinto ozintulayo, khuluma iqiniso Lakhe njalo.
Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba.

ISonto, Meyi 20, 2018

South African Gospel Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"


South African Gospel Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"

I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

South African Latest Gospel Music "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"



South African Latest Gospel Music "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"

 I
hubo Lamazwi kaNkulunkulu I Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe, izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu. Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho, uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe, bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho. Lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu, kancane kancane, usuku nosuku, lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu, inhliziyo yakho izovulekela Yena. 

ULwesibili, Meyi 15, 2018

2018 South African Best Gospel Music Video "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu"


Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo.

ULwesibili, Meyi 1, 2018

South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"



South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"

I
Iminyaka eyizinkulungwane eziningi idlulile,
futhi isintu sisathokozela ukukhanya nomoya onikwe nguNkulunkulu,
sisaphefumula umphefumulo okhishwe nguNkulunkulu uqobo Lwakhe,
sisathokozela izimbali, izinyoni, izinhlanzi kanye nezinambuzane ezidalwe nguNkulunkulu,
futhi sithokozela zonke izinto ezinikezwe nguNkulunkulu;
imini nobusuku kusaqhubeka nokudedelana;

ISonto, Ephreli 29, 2018

South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo.
Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.

UMgqibelo, Ephreli 28, 2018

South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu"

I
Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhulekelayo nesilalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi.

Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhonzayo nesimlalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi;
bayabazi ububi bukaSathane, ngakho bayamchitha, ngakho bayamchitha.
Beza phambi kukaNkulunkulu, bemukela ukusolwa nokwahlulelwa.
Bayakwazi okubi, nalokho okungcwele, okungcwele.
Futhi bayabazi ubukhulu bukaNkulunkulu, nobubi bukaSathane.

ULwesine, Ephreli 12, 2018

South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"



South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"

I

UNkulunkulu waqala umsebenzi Wakhe wensindiso eNkathini Yomusa,
ngemva kokuphela kweNkathi Yomthetho.
Ukuba sesimweni somuntu kokuqala kwahlenga umuntu esonweni ngenyama kaJesu Kristu.
Wasindisa umuntu esiphambanweni, kodwa izimo zomuntu zobusathane zazisekhona.
Ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uyahlulela ukuze ahlanze isintu.
Kuyoba lapho lokhu sekwenziwe
lapho eyoqeda khona umsebenzi Wakhe wokusindisa bese engena ekuphumuleni.

ULwesithathu, Ephreli 11, 2018

2018 Best Christian Music Video "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Best Christian gospel Music South African "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"
I
Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,
kuphazamisa uhlelo lwenkolo,
futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.
Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?
UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.
Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"

I Ukuze uhlanzwe ekuphileni kwakho, ukuze uguqulwe isimo, uphile impilo enenhloso, ufeze umsebenzi wakho njengesidalwa, kufanele wamukele ukusola nokwahlulela kukaNkulunkulu, akufanele uvumele ukuqondisa nokushaya kukaNkulunkulu ukuba kusuke kuwe, ukuze uzikhulule ekusetshenzisweni nguSathane, Kufanele uvumele uNkulunkulu akushaye futhi abhekane nawe. ukuze ukhululeke ethonyeni likaSathane, emandleni akubambela embusweni wakhe, futhi ungaphila, futhi ungaphila, futhi ungaphila ngokwengeziwe ekukhanyeni kukaNkulunkulu.

ISonto, Februwari 11, 2018

Loving God and Living For God "Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video




South African Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God


I
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.

Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!
Siqonda futhi sisingatha le mfihlakalo.

Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light


Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu

Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.

UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni.
Khulekela ukuthi Umoya oNgcwele akhanyise izwi likaNkulunkulu
ukuze sazi ngokugcwele intando kaNkulunkulu.

UMgqibelo, Januwari 27, 2018

Zulu Best Christian Video "Yonke Indlela Kanye Nawe" God Is Love

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga



Yonke Indlela Kanye Nawe
I
Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.
Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.