Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

ULwesithathu, Ephreli 11, 2018

South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"

I Ukuze uhlanzwe ekuphileni kwakho, ukuze uguqulwe isimo, uphile impilo enenhloso, ufeze umsebenzi wakho njengesidalwa, kufanele wamukele ukusola nokwahlulela kukaNkulunkulu, akufanele uvumele ukuqondisa nokushaya kukaNkulunkulu ukuba kusuke kuwe, ukuze uzikhulule ekusetshenzisweni nguSathane, Kufanele uvumele uNkulunkulu akushaye futhi abhekane nawe. ukuze ukhululeke ethonyeni likaSathane, emandleni akubambela embusweni wakhe, futhi ungaphila, futhi ungaphila, futhi ungaphila ngokwengeziwe ekukhanyeni kukaNkulunkulu.

II Ukusola kukaNkulunkulu, kuwukukhanya; ukwahlulela Kwakhe nakho, ukukhanya kwensindiso. Kuwumusa omkhulu kakhulu kuwe, isivikelo esiqinile esikuzungezile. Ukusola kukaNkulunkulu, kuwukukhanya; ukwahlulela Kwakhe nakho, ukukhanya kwensindiso. Kuwumusa omkhulu kakhulu kuwe, isivikelo esiqinile esikuzungezile. kufanele wamukele ukusola nokwahlulela kukaNkulunkulu, akufanele uvumele ukuqondisa nokushaya kukaNkulunkulu ukuba kusuke kuwe, ukuze uzikhulule ekusetshenzisweni nguSathane, Kufanele uvumele uNkulunkulu akushaye futhi abhekane nawe. ukuze ukhululeke ethonyeni likaSathane, emandleni akubambela embusweni wakhe, futhi ungaphila, futhi ungaphila, futhi ungaphila ngokwengeziwe ekukhanyeni kukaNkulunkulu. Umthombo Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana