Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Ibonisa amaposi ahlungwe ngokuhambisana nombuzo Xhumana Nathi. Hlunga ngosuku Bonisa wonke amaposi
Ibonisa amaposi ahlungwe ngokuhambisana nombuzo Xhumana Nathi. Hlunga ngosuku Bonisa wonke amaposi

ULwesihlanu, Septhemba 15, 2017

Nentuthuko YeBandla LikaNkulunkulu USomandla


 
 IBandla likaNkulunkulu uSomandla laqala ukuba khona ngenxa yokubonakala nemisebenzi kaNkulunkulu uSomandla—iNkosi ebuyile uJesu—uKristu wezinsuku zokugcina, futhi ngaphansi kokwahlulela Kwakhe kokulunga kanye nokusola. Ibandla linabo bonke abamukela umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla wezinsuku zokugcina futhi banqotshwa futhi basindiswa yizwi likaNkulunkulu. Kwasungulwa uNkulunkulu uSomandla ngoKwakhe, futhi kuholwa futhi kweluswe Nguye, futhi akekho umuntu owayengakwenza. Leli yiqiniso eliqashelwa yibo bonke abakhethiweyo eBandleni likaNkulunkulu uSomandla.

                                                                   Funda Okwengeziwe: IBandla likaNkulunkulu uSomandla


INkosi UJesu Yabuya | Ukwethulwa kwe-App Yebandla LikaNkulunkulu USomandla



Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Okunye okuqukethwe kuvela:
Circle Burst Assets Green Screen Circle 3 Fast(https://youtu.be/HRByxy6Gy7Q) by HD Green Screen/CC BY 3.0 (https://creativecommons.org/licenses/by/3.0/)
Green Screen Motion Element 10(https://youtu.be/N28E7Qf7Kdc) by HD Green Screen//CC BY 3.0 (https://creativecommons.org/licenses/by/3.0/)
I-App yeBandla likaNkulunkulu uSomandla
Samukela labo abomele iqiniso nabafuna ukubona uNkulunkulu ukuba badawunilode i-App yethu!


IBandla likaNkulunkulu uSomandla, UNkulunkulu uSomandla, Unyazi lwaseMpumalanga







Xhumana Nathi: 



UMsombuluko, Meyi 14, 2018

Indlela Yokwazi Isimo SikaNkulunkulu Nomphumela Womsebenzi Wakhe

UNkulunkulu USomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga

Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni

Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunkulu, abantu bayadumisa uNkulunkulu, yonke imilomo ibiza uNkulunkulu oyedwa weqiniso, umbuso wehlela emhlabeni.