Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Meyi 21, 2018

UNkulunkulu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu esenyameni ngezikhathi zokugcina uyovela njengeNdodana ukuzokwenza umsebenzi.

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).

Kepha njengasezinsukwini zikaNowa, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu24:37).

Njengombani ovela empumalanga okhanya ngisho nasentshonalanga, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu 24:27).