Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

UMsombuluko, Juni 18, 2018

South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga


South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

 I Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu, ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.

 II Ngakho labo abangathandazi nhlobo bafile abanawo umoya. Abanakuthintwa nguNkulunkulu, abakwazi ukulandela umsebenzi kaNkulunkulu. Abantu abangathandazi nhlobo balahlekelwa yimpilo evamile engokomoya, banezibopho ezinqamukile noNkulunkulu; ngeke abavume. Abantu abangathandazi nhlobo balahlekelwa yimpilo evamile engokomoya, banezibopho ezinqamukile noNkulunkulu; ngeke abavume. 

III Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane. Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
 kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana