Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.
!doctype>
UMgqibelo, Novemba 3, 2018
Gospel Music "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni" (Zulu Subs)
South African Gospel Song "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni" (Zulu Subs)
Isintu besilokhu sifuna lezi zimpendulo iminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa: kwenzeka kanjani ukuthi imihlaba esemkhathini iqhubeke ngokuhleleka okuphelele kangaka?Kungani zonke izinto eziphilayo zihlale zihamba ngokuzungeza zilandela imithetho engaguquki? Kungani abantu bezalwa, futhi khona-ke kungani sifa? Ngubani ngempela onqume yonke le migomo nemithetho? Ngubani ngempela obusa phezu kwezulu nomhlaba nazo zonke izinto? Lesi siqephu esisuka kubhayisikobho yobuKristu esithi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, sizokuqondisa ukuze ufinyelele emsukeni wale mibuzo futhi sambule zonke lezi zimfihlakalo.
Okunye okuqukethwe kule vidiyo kususelwa:
https://www.holyspiritspeaks.org/special-topic/copyright.html
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Awekho amazwana:
Thumela amazwana