Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli IZINCWADI. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli IZINCWADI. Bonisa konke okuthunyelwe

UMsombuluko, Disemba 17, 2018

Ukuthola Indlela Ebuyela Emuva Ngemuva Kokulahleka

 mkristu,umusa kaNkulunkulu

UXieli, eMelika

Ngangihlale ngifuna impilo yenjabulo nezinga eliphakeme lokuphila, ngakho ngaya eMelika ukuze ngizosebenza kanzima ngokusemandleni ami. Emva kweminyaka embalwa yokusebenza kanzima nokuhlupheka, ngakwazi ukuthola kancane kancane izinto engangizifuna: inkampani yami, imoto yami, indlu yami, njll.

ISonto, Septhemba 30, 2018

31 Nithe iNkosi uJesu isibuyile, kodwa asikukholwa lokho. Sibe nokholo eNkosini iminyaka eminingi futhi siyisebenzele njalo ngokungakhathali. Lapho iNkosi ifika kufanele ikwembule kithi. Njengoba iNkosi ingakakwembuli kithi, lokho kubonisa nje kithi ukuthi ayikabuyi. Yini eyiphutha ngalokhu kukholwa?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu uyaqhubeka nokuthuthuka, futhi nakuba inhloso yomsebenzi Wakhe ingaguquki, izindlela asebenza ngazo ziyaguquguquka njalo, kanjalo nangalabo abalandela uNkulunkulu. … Bonke abantu bafisa ukuzuza uNkulunkulu kodwa abakwazi ukubekezelela ushintsho emsebenzini kaNkulunkulu.

UMsombuluko, Septhemba 10, 2018

55. Laba khona kanjani iBhayibheli? Liyinhloboni yencwadi iBhayibheli?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izinto ezibhalwe eTestamenteni Elidala zingumsebenzi kaJehova kwa-Israyeli, futhi lezo ezibhalwe eTestamenteni Elisha ngumsebenzi kaJesu ngeNkathi Yomusa; abhala ngomsebenzi owenziwe nguNkulunkulu ezinkathini ezimbili ezihlukene.