Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

ULwesihlanu, Januwari 17, 2020

1. Ukubaluleka Komsebenzi KaNkulunkulu Wamazwi

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

ENkathini Yombuso, uNkulunkulu usebenzisa izwi ukungenisa inkathi entsha, ukuguquka izindlela zomsebenzi Wakhe, nokwenza umsebenzi waso sonke isikhathi. Lesi yisimiso uNkulunkulu asebenza ngaso eNkathini Yezwi.

UMgqibelo, Januwari 11, 2020

3. Umehluko Phakathi Komsebenzi KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu Nomsebenzi WoMoya

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukusindisa abantu kukaNkulunkulu akwenziwa ngokuqondile ngoMoya njengoMoya, ngoba uMoya Wakhe ngeke uthintwe noma ubonwe umuntu, futhi umuntu akanakukwazi ukuza kuwo. Uma ezamile ukusindisa umuntu ngokuqondile ngendlela yoMoya, umuntu uyokuthola kanjalo-ke ukusindisa Kwakhe. Ukube futhi akukhona ukuthi uNkulunkulu ube sesimweni somuntu, umuntu ubeyokwazi ukuthola insindiso. Ngoba umuntu angeke nangayiphi indlela asondele Kuye, kungafana nokusondela efwini likaJehova. Kungenzeka kuphela ngokuba abe umuntu odaliwe, okuwukuthi, afake izwi Lakhe enyameni azoba yiyo, Yena angawenza umsebenzi wezwi kulabo abamlandelayo.

ULwesibili, Januwari 7, 2020

4. Isintu Esikhohlakele Siyidinga Ngokwengeziwe Insindiso KaNkulunkulu Obe Yinyama

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukusindisa abantu kukaNkulunkulu akwenziwa ngokuqondile ngoMoya njengoMoya, ngoba uMoya Wakhe ngeke uthintwe noma ubonwe umuntu, futhi umuntu akanakukwazi ukuza kuwo. Uma ezamile ukusindisa umuntu ngokuqondile ngendlela yoMoya, umuntu uyokuthola kanjalo-ke ukusindisa Kwakhe. Ukube futhi akukhona ukuthi uNkulunkulu ube sesimweni somuntu, umuntu ubeyokwazi ukuthola insindiso. Ngoba umuntu angeke nangayiphi indlela asondele Kuye, kungafana nokusondela efwini likaJehova.

ISonto, Disemba 22, 2019

7. Umehluko Phakathi Kwezenzo Zangaphandle Ezinhle Nezinguquko Esimweni

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukuguquka esimweni ikakhulu kubhekisele ekuguqukeni emvelweni yakho. Imvelo ayiyona into ongayibona ngokuziphatha kwangaphandle; imvelo ibandakanya ngokuqondile umsebenzi nokubaluleka kobukhona babantu. Ibandakanya ngokuqondile ukubaluleka kokuphila komuntu, izinto ezijulile phakathi komphefumulo, nengqikithi yabantu. Ukuba abantu babengakwazi ukwamukela iqiniso, khona-ke babengeke babe nezinguquko kulezi zingxenye.

ULwesithathu, Disemba 18, 2019

1. UNkulunkulu USomandla UnguNkulunkulu Oyedwa Obusa Phezu Kwezinto Zonke

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Konke lokhu okulo mhlaba kuyashintsha ngokushesha emicabangweni kaMninimandla Onke, phansi kwamehlo Akhe. Izinto isintu esingakaze sizwe ngazo zingafika kungazelele. Kanti futhi lokho isintu okwakulokhu kungokwaso kungavele kusilahlekele singazanga. Akukho namunye ongaqonda ukuthi ukuphi uMninimandla Onke, futhi ngaphezu kwalokho, akukho namunye ongezwa ukuphakama nobukhulu bamandla empilo kaMninimandla Onke.

ULwesibili, Septhemba 4, 2018

1.Ukuhlwithwa kufanele kusekelwe emazwini kaNkulunkulu futhi hhayi emicabangweni nasebucikweni bomuntu.

Ibandla, ivangeli Ubufakazi,
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
    “Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho. Umbuso Wakho mawufike, intando Yakho yenziwe emhlabeni njengasezulwini” (Mathewu 6:9-10).
    “And I Johane saw the holy city, new Jerusalem, coming down from God out of heaven…Bheka, ithabanekeli likaNkulunkulu likubantu, futhi uyakuhlala nabo, futhi bona babe abantu bakhe, futhi uNkulunkulu ngokwakhe uzokuba nabo, futhi abe nguNkulunkulu wabo” (IsAmbulo 21:2-3).

ULwesihlanu, Agasti 31, 2018

Ukungakholwa kuNkulunkulu uSomandla akukhona yini ukukhaphela iNkosi uJesu? Ingabe lokhu akukhona ukuhlubuka?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

   “Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha” (IsAmbulo 3:12)

  “Ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho, kusho iNkosi, ekhona, neyayikhona, nesazoza, uMninimandla onke” (IsAmbulo1:8).

ULwesihlanu, Februwari 23, 2018

Isahluko 8

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso likaMoya, iphimbo Lakhe liqondiswa kuso sonke isintu. Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso lomuntu, iphimbo Lakhe liqondiswa kubo bonke abalandela ubuholi boMoya Wakhe. Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngeso lomuntu wesithathu (lokhu abantu abathi yisibukeli), ukhombisa ngqo izwi Lakhe kubantu ukuze abantu bambone njengomhlaziyi, futhi kubonakala sengathi emlonyeni Wakhe kuphuma izinto eziningi umuntu angazazi, umuntu angeke aziqonde. Akunjalo? 

ULwesibili, Februwari 20, 2018

Isahluko 1

Njengokuba asho uNkulunkulu ukuthi, “Akekho ongaqonda umnyombo wamazwi Ami, noma injongo yawo.” Ukube bekungekhona ukuqondiswa uMoya kaNkulunkulu, ukube bekungekhona ukufika kwamazwi Akhe, bonke bebezoshabalala ngaphansi kwesahlulelo Swakhe. Kungani uNkulunkulu evivinya umuntu isikhathi eside kangaka? Futhi kuze kube izinyanga ezinhlanu?

ULwesibili, Disemba 19, 2017

Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha


 Icebo lokuqondisa likaNkulunkulu leminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selifika emaphethelweni, futhi amasango ombuso weZulu asevulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu. Bafowethu nodadewethu abathandekayo, nilindeni? Yini eniyifunayo? Ingabe nilinde ukubonakala kukaNkulunkulu? Ingabe nifuna imikhondo kaNkulunkulu? Yeka indlela ukubonakala kukaNkulunkulu okulangazelelwa ngayo! Nendlela okunzima ngayo ukuthola umkhondo kaNkulunkulu!